mnike

Afrotraction

uyayazi lento ayifunayo
mnike yona mnike yona
uyayazi lento ayifunayo (mnike yona mnike yona)
uma engayitholi kuwe (uzohamba eyifuna)
(angeke kusaba mnandi ekhaya)

uma engayitholi kuwe (uzohamba eyifuna)
(angeke kusaba mnandi ekhaya)
kubalulekile uzame zonke indlela
zokujabulisa isnqanda mate sakho
kubalulekile uzama konke okusemandleni
uthi sijabule islavithi sakho yhe
ingozi enkulu yikuthi kufik’ umuntu ezame ukwenza into ongayenzi wena
hayaya uzosol’ ubani (sebamchamile sebamthathile kuwe)
awuthi ukunyusa amasokisi

uzoyazi lento ayifunayo (mnike yona mnike yona)
uyayazi lento ayifunayo (mnike yona mnike yona)
uma engayitholi kuwe (uzohamba eyifuna)
(angeke kusaba mnandi ekhaya)
uma engayitholi kuwe (uzohamba eyifuna)
(angeke kusaba mnandi ekhaya)
mnike ungamnqabeli injabulo
mnike kuzoba mnandi ekhaya
yenza konke do all the best you can
unga relax okumele kwenze wena

hey (mnike)
mnike akufunayo (mnike)
mnike akudingayo (mnike)
uyakwazi konke wena (mnike)
uyayazi lento ayifunayo (mnike yona mnike yona)
uyayazi lento ayifunayo (mnike yona mnike yona)
uma engayitholi kuwe (uzohamba eyifuna)
(angeke kusaba mnandi ekhaya)
uma engayitholi kuwe (uzohamba eyifuna)
(angeke kusaba mnandi ekhaya)

uyayazi lento ayifunayo (mnike yona mnike yona)
uyayazi lento ayifunayo (mnike yona mnike yona)
uma engayitholi kuwe (uzohamba eyifuna)
(angeke kusaba mnandi ekhaya)
uma engayitholi kuwe (uzohamba eyifuna)
(angeke kusaba mnandi ekhaya)
mnike mnike ungamnqabeli
mnike mnike ungamgodleli
mnike mnike ungamncishi umntana bantu
mnike mnike konke ngokwakhe ehe wo

Tracker

All lyrics are property and copyright of their owners. All lyrics provided for educational purposes only.